uVuma omhlophe wenzani

Vuma omhlophe Umuthi wokuthandwa emsebenzini nesikhundla. Uyangena kwisikhafulo, uyangena kumuthi we business. Uyangena emthini wokuthandeka, uyangena emthini womshado. Uyangena emthini yokuconywa, ukushelwa, ukunakwa, ukuqashwa. Uyangena emthini wenhlanhla. Uyangena emthini wokuvula izinto ezivaliwe. VUMA izimpande ziyangena emthini wezangoma ezihlulwa ukubhula. Uma ufuna isikhundla emsebenzini.

Induku wokuthandeka

Akesihlangane amakhambi sikwenze uthandeke kakhulu abantu bonke. Umuthi wokuthandwa. Futha ngalomuthi, geza ngalomuthi, phalaza ngalomuthi.



Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?

 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha